![IMajuba ingompetha bamaGolden Games esifundeni saKwaZulu-Natali](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2022/11/Majuba-Winners-600x400.png)
IMajuba ingompetha bamaGolden Games esifundeni saKwaZulu-Natali
IMAJUBA ibengompetha abasha besifundazwe beGolden Games kulandela ukumangaza izimbangi zabo ngokudla umhlanganiso kaningi, iLembe lilale isibili kwathi iTheku lalala isithathu.
IMAJUBA ibengompetha abasha besifundazwe beGolden Games kulandela ukumangaza izimbangi zabo ngokudla umhlanganiso kaningi, iLembe lilale isibili kwathi iTheku lalala isithathu.
I-COMRADES Marathon izobuyela osukwini olujwayelekile okuyiSonto ngonyaka ozayo kulandela ukuthi iKwaZulu-Natal Athletics ngoLwesibili oludlule igunyaze usuku lwangomhlaka 11Juni 2023 njengosuku lapho lomjaho we-ultramarathon wesi-96 waminyaka yonke futhi omkhulukazi kunayo yonke uzoba ngalolusuku.
Ayanda Ntombela ISundowns ibhudluze iOrlando Pirates ebesisele nabadlali abawu 10 ngamagoli amane eqandeni. Amasandawana aqhwakele kwi log yepremier soccer league…
SELIGCWALE umoya ibhantshi kumqeqeshi weMaritzburg United uMaduka, lokhu kuqinisekiswe ilona iqembu ukuthi alisahlanganise lutho noJohn Maduka kanti iqembu liphinde lathatha isinqumo sokunqamula zonke izinkontileka ebezibahlanganisile nethimba lobuchwepheshe likaMaduka kulandela ukungenzi kahle isikhathi eside.