![Mawungacishi loyo mlilo wothando kodwa mawuvuthe ingunaphakade .](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2024/02/NARE-2.jpg)
Mawungacishi loyo mlilo wothando kodwa mawuvuthe ingunaphakade .
Sanibonani bantu bakithi . Njengoba siqeda kubungaza usuku lwezithandani ngithi angikhuthaze bonke abathandanayo abakwazile ukubonisana uthando ngezindlela ezahlukene ukuthi mabangagcini lapho kodwa mabaqhubeke benzanjalo noma kungaseylona usuku olugujwa ngumuntu wonke kodwa uma bethole isikhathi baphinde bazenzele olwabo usuku bathokozisane babonisane uthando .