Masibalekelele labo abaswele kulesikhathi samaholidi kakhisimuzi

Sanbonani ekhaya labansundu , uphelile unyaka yisikhathi samaholidi wakhisimisi bengicela nje ukuthi akesingabakhohlwa laba abangakwazi ukuzenzela ngenxa yezimo zempilo , ngisho abaswele bakithi , banesifiso nabo esokujabula ngokhisimisi kodwa injabulo yabo ivinjwe ukweswela , bengidlulisa nje isicelo sokuthi masibalekelele , uma kukhona umuzi oseduze kwakho owaziyo ukuthi kubi isimo asivumi lekelela noma ngephakethe elilodwa lenkukhu badle nabo .

Continue reading