Imibono yomphakathi mayelana nenkulumo eyethulwe uMengameli wezwe uMnu. Cyril Ramaphosa ayethule  ese-Cape Town mhla ziwu 09 kuFebhuwari ngesikhathi kuvulwa ngokusemthethweni  iPhalamde, abantu babe sebebeka imibono yabo mayelana nenkulumo ayidlulisile esizweni abanye bakhombise ukungamethembi kanti abanye bakhombise ukumethemba basho kanje:

Continue reading

UHulumeni ufuna ukwenza ngcono ukuhlinzekwa kwezidingo kubantu abakhubazekile

Izikhulu zoMnyango wabeSifazane, Intsha kanye Nabantu Abaphila Nokukhubazeka (DWYPD) zibambe iqhaza emhlanganweni wokucobelelana ngolwazi wezinsuku ezintathu okuhloswe ngawo ukuthuthukisa izinga lokulethwa kwezidingo kubantu abakhubazekile. Umhlangano wokucobelelana ngolwazi osanda kubanjwa ubuxhaswe yi-United Nations Population Fund (UNFPA) -eyokulingana, ukubandakanywa kwabakhubazekile ,imithetho , ukuhlela nokwabiwa kwezimali, ukuqapha nokuhlola ngezinye zezinto okukhulunywe ngazo.

Continue reading