USiyabonga Gumede ufisa ukuthola uxhaso emculweni wakhe

USiyabonga Gumede (30) istage name sakhe uMR THORN owenza umculo weGqom. Kanti ungowokuzalwa endaweni yaKwaMhlabuyalingana eManguzi. Ngokomsebenzi utholakala eThekwini.
Ekhuluma neKZN Namuhla uthi uqale umculo wakhe ngonyaka ka 2014. Lapho ekhiphe khona izingoma zeHip hop, iHouse music kanye ne Afro Pop. Kumanje uthi ufisa ukukhipha iEP yakhe yeGqom wathi angakuthokozela ukuthola uxhaso lokusizwa ngokuphusha umculo wakhe.
Ephetha uSiyabonga uthi umculo wakhe uyatholakala kuwo wonke ama downloads platform.Imininingwane yakhe atholakala kuyo whatsapp 0799304412- Facebook page MR THORN, for inbox siyabonga gumerde