USthembiso Caluza(27) odume ngelika Stherence De’Ciqqa.owenza umculo we Afropop, ungumculi aphinde abe umbhali
ngokwemvelaphi yakhe uzalelwe endaweni yase Richmond, ePhatheni uqale umculo kusukela emncane.
“Ukuqala kwami ukucula Ngaqala e Phatheni Primary School ngenza I Gospel Ngaphinda ngaba ngu leader we Scathamiya, Ngiqale uku Record ngo 18 February 2019 Ngaphansi kwe STUDIO Art of Sound Entertainment.Ngo 2019 Ngakhipha ingoma isihloko sithi Special Deep isidayisiwe ezinkundleni zokudayisa umculo isithengwe Abantu abangu 26k Ngaphinda ngo 2022 Ngakhipha I EP isihloko Sakhona esithi IFINDO LOTHANDO isithengwe kakhulu”.
Ngiyafisa ukuthola uxhaso kubantu abathanda umculo wethu siyintsha njengoba sizama ukuthi sishintshe izimpilo ikakhulu kubantu abasha sibagqugquzela ngokuthi bengalilahli ithemba ngeMpilo zabo uNkulunkulu unamandla emfihlakalweni uma ukholelwa kuye ikusasa lakho uyakukhanyisela uma kumnyama ulahlekile.
Umsebenzi wami utholakala ezinkundleni zokudayisa umculo umhlaba wonke ezitolo zokudayisa umculo”.
Utholakala Kule nombolo.
063 762 1607 ungithole ka facebook Stherence De Vocalist (Account)
Stherence De’Ciqqa (Page)