USthembiso Simelane (20) owenza i Clothing Brand ebizwa ngokuthi ISB ISililo Samabhinca Clothing Brand, ufunda umatikuletsheni eLethukuthula High School
Ngokwemvelaphi yakhe udabuka eMpumalanga eDriefoetoin kodwa ngokuhlala useGoli utholakala EThokoza okanye naseGermiston Dukathole
USthembiso uqale ukwenza lomsebenzi wami 2020. Uthi uke waba Iciko phambilini lika Maskandi lapho ayehamba khona imicimbi evezela abantu ikhono lakhe.
Okusha uthi ufisa abantu bekwazi ngaye ukuthi uhambela imicimbi yakwa Daily Thetha Sabc 1 lapho eseke wavela nakhona mayelana neLaunch ye Brand ezokwenzela eyindawen eyiningi eyihlukile
Engifisa ukusizwa ngakho ikwezemali mangathola Ubuntu ozongelekelele ngoba angikwazi ukwenza izinto eziningi ngingedwa ngenxa yamandla nokungabi nayo imagine okwenza kube Nzima ukusebenza
Uyatholakala umsebenzi wakhe noma ngabe umuntu ukuphi nendawo uyayiphosa impala mangabe umuntu esekudeni noma ngabe umuntu eseGoli ngoba akakabi naso isitolo sokuthengisa
Iminingwane yocingo Inombolo yocingo:0818519410
Facebook page:ISililo Samabhinca Clothing Brand