Sanibonani sizwe esinsundu, bantu bakithi kulomhlaba kungaba yisemshadweni noma kwezothando noma ngaphandle komshado alikho izinga lokuhlukumezeka elamukelekile noma kusemndenini uma uzizwa uhlukumezekile ungathuli nakho, cinga noma bheka lapho ungasizakala khona bese ubika udaba lwakho ungathuli ngoba abahlukumezi bayakhululeka uma bengajeziswa bagcine sebekwenza ngezindlela ezeqile . Imizwa yethu sonke ibalulekile kwamele sonke sicatshangelwe , isibonelo esincane sokuhlukumezeka ngumyalezo kohlukunyezwayo ukuthi asukume akuvimbe kungakaze kukhule . Ungakubekezeleli ukuhlukunyezwa noma kukuncane ngoba kungakhula kudale omkhulu umonakalo .
Obhalayo Umfundisi Katlego Nare