Sicanule abaningi isenzo sowesifazane obonakale ezinkundleni zokuxhumana eshaya umshayeli wetekisi eMhlanga

Isenzo sowesifazane sokushaya umshayeli wetekisi okuyinto ebonakale ezinkundleni zokuxhumana ngesonto eledlule sicanule abantu abaningi besho nokuthi ukuba bekunguyena wesifazane obeshaywa ngabe umshayeli wetekisi ulale ejele ikakhulukazi njengoba kuyisikhathi lapho kuqhutshwa khona umkhankaso wokulwisana nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane phecelezi (16 Days of Activism for no Violence Against Women and Children.)

Continue reading