![Kubanjwe uhlelo lwe I-Operation Sukuma Sakhe esifundeni sase-UGU.](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/04/f9fd0db4-ac91-4823-a056-d4fe3c963f02-600x400.jpg)
Kubanjwe uhlelo lwe I-Operation Sukuma Sakhe esifundeni sase-UGU.
UHulumeni wesiFundazwe saKwaZulu-Natali oholwa nguNdunankulu waKwaZulu-Natal, uNkz Nomusa Dube-Ncube esekelwe ozakwabo beKhabhinethi, okuhlanganisa noNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natali, uNksz Mbali Frazer kanye nezikhulu bebesebenza ngesikhathi soSuku lweKhabhinethi ye-OSS obusesifundeni UGU ekupheleni kukaMashi.