![Bakhala ngenyama yaseBluff Meat oseGalleria Mall abantu](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/05/2-450x400.jpg)
Bakhala ngenyama yaseBluff Meat oseGalleria Mall abantu
Bayakhala abantu ngenyama yaseBluff Meat okwinxanxathela yezitolo iGalleria Mall.
Bayakhala abantu ngenyama yaseBluff Meat okwinxanxathela yezitolo iGalleria Mall.
I-KZN Chess Open ifinyelele esiphethweni ngeSonto ntambama, ngemuva kwemizuliswano engu-8 ye-chess yokuncintisana. Lo mqhudelwano unqotshwe abadlali baseGauteng abavelele bemuka nemali engu-R3 500.
Izazi ze-FIFA’s Talent Development (TDS) zivakashele ikomkhulu le-SAFA eGoli ngesonto eledlule ukuze njengoba liqhubeka uhlelo lokuthuthukisa iNingizimu Africa. “Sisebenze kakhulu ohlelweni lwamasu kuleli sonto saphinde sabheka ukuthi iSafa ingayithola kanjani imali ephuma kuFIFA emzuliswaneni olandelayo. Siphinde senza izincomo kuSafa ukuthi indlela engcono yokuthi izwe lithuthuke ebholeni lomhlaba wukuthi zonke izinhlaka zisebenzisane,” kusho ungoti we-Fifa High Performance u-Abdul-Faisal Chibsah.
Sanibonani sizwe sakithi Bantu bakithi ngezinye izikhathi kuhle ukuvuma ukuqondiswa mangabe senze amaphutha, abaqondisa amaphutha sisababiza ngezitha kanti futhi siphila emhlabeni onezinto zawo.
SAMUKELISIWE MBONAMBI UMasipala weTheku uhlinzeke ngezinsiza zokwakha emindenini ebalelwa ku-500 esale dengwane ngemuva kokusha kwemijondolo yaseDakota eSiphingo ngomhla ka-15 Ephreli….