UPK  Wodumo uthi kulonyaka ufisa ukurekhoda izingoma ezintathu aphinde akwazi ukujabulisa umndeni wakhe

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka ngifisa ukurekhoda izingoma ezintathu ukuze ngikwazi ukujabulisa umndeni wami ngoba ku 2024 ngiphoxekile kakhulu  njengoba ngizimele engekho umuntu engisebenzisana naye, futhi kuningi okuzoshintsha kulonyaka.

Ngifisa ukusebenza noSabelo Zandl’ezinhle music. Kunyaka ophelile ngifunde ukwamkela nokubekezelela isimo engikuso ngalesosikhathi.

Ngikhiphe izingoma ezithi “Ovuthayo kanyene Promo yakhona ngiyesaba: http://www.youtube.com/playlist?list=OLAK5uy_m7-kO-pxZHiWENUKyUfrt3QuLgW0j9R7c. Ngitholakala kulenombolo: call:0722814066/whatsapp:0722814066.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *