
SHEILA MHLONGO
Njengoba amaCiko angaphansi kweShandis Entertainment esedlulele kwisigaba esilandelayo,kumaMTCMA eGoli,kulonyaka izobe ithulwa ngokusemthethweni eParkview Hotel ,usuku Mhlaka 15 February 2025 bese ngoMarch amabombo siwabhekise eGoli lapho ama artist amane angaphansi kwayo iShandis Entertainment edlulele kowamanqamu. Kanti maningi amaciko afuna ukusebenza neShandis,kodwa kuningi okuyizinhlelo zeShandisi njengoba sizoba nemjikelezo ehlukahlukene lapho sobe sinandisa ezindaweni ezahlukene.Abafisa ukuxhumana nathi kufacebook uthi Shandis entertainment ungene kwipage , Email: shandys1985@gmail.com,(083745814Mr Siyabonga Dlamini for booking of Shandis artist njalonjalo,okuyisifiso kulonyaka ukubona elilodwa lamaciko eku top 10.


tỷ lệ bong88 hoạt động hợp pháp dưới sự giám sát của tổ chức cá cược quốc tế, đảm bảo minh bạch, công bằng và không gian lận kết quả.