SHEILA MHLONGO
NginguSbusiso Kwanele Madlala owaziwa ngokucula noku Dj ku Music ngiphinde ngibe Song Writer ne Song Director ngicela abantu balalele umsebenzi wami ngaphambi kokuba bangeseke ngokuhlala ngiseMlazi ngazalwa intokazi yakwa Madlala ibambisene nensizwa yakwa Mhlongo.
Ngifisa abalandeli bami bazi ukuthi kulonyaka ngizokhipha ingoma ngama single track futhi ngizimisele ukuphusha kakhulu.
Unyaka wa odlule ka2024 angikwazanga ukusebenza kahle ku Music kade ngixinekile okunye ngagcina ngingasakwazi ukuqopha umusic omusha kodwa kulonyaka ngizimisele ukuqopha ngivezele abantu ukuthi sengibuyile
Ngifisa ukusebenza nomculi naye okwi Vocalist ngingabala u-Emza Kanye no Sboniso Shozi kanti kwi beat ngingabala Goldmax no General Cmamane.
Engikufundile ukuthi ukuze uphumelele ku Music kubalulekile uziphushe usebenze kanzima khona uzokwazi ukuya kude endimeni yezomculo ziveze kubantu wakhe igama lakho. Kulonyaka njengoba usaqala kuningi okusenqondweni yami uma abantu bengangiseka bangakwazi ukubona imizamo yami ukuthi ngiya ngakephi lana engiya khona
Izingoma zizotholakala Kuma digital platform wonke, yonke into ngizoyifaka Facebook page mr white man n good people ngizo updata lapho ukuthi ingoma zitholakala kephi 0734590553 inamba yami yefoni engitholakala kuyona.

