![EZENTUTHUKO YOMPHAKATHI ZIXOXWA NGEZITHOMBE](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/08/Untitled.png0000.jpg)
EZENTUTHUKO YOMPHAKATHI ZIXOXWA NGEZITHOMBE
NgeMandela Day abasebenzi beSibaya Casino bachithe usuku benikela ngesikhathi sabo eSibonginhlanhla Primary School lapho befike bapenda izindonga bahlanza nesikole.
NgeMandela Day abasebenzi beSibaya Casino bachithe usuku benikela ngesikhathi sabo eSibonginhlanhla Primary School lapho befike bapenda izindonga bahlanza nesikole.
UJojiwabantu Ngcobo wenhlangano iSTS Youth Organisation ezinze Embo usethumelele iphephandaba lomphakathi iKZN Namuhla isitatimende lapho ezwakalalisa izindaba ezimnandi zokubonga impumelelo yomcimbi wokukhuthaza intsha obubanjelwe Kwandaya EMAKETHE khona Embo ngomhlaka 24 Juni.
Aphume ngobuningi amadoda emashini ebiholwa yiSilo Samabandla uMisuzulu kaZwelithini, ukuzokhombisa ukuzimisela kwawo ukuqeda nya isihlava sokuhlukunyezwa nokubulawa kwabesifazane nezingane. Lemashi…
UMengameli wezwe uMnuz Cyril Ramaphosa, uNdunankulu waKwaZulu-Natal uNomusa Dube-Ncube kanye Nongqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha noKongiwa kweMvelo uMnuz Siboniso Duma bahambele…
Aphume ngobuningi amadoda emashini ebiholwa yiSilo Samabandla uMisuzulu kaZwelithini, ukuzokhombisa ukuzimisela kwawo ukuqeda nya isihlava sokuhlukunyezwa nokubulawa kwabesifazane nezingane. Lemashi…
UNompumelelo Mjadu (34)ungowokuzalwa Empangeni esigodini sakwaNdondwane, uqale
ukuba nothando lwemfashini ngesikhathi efunda eSiyakhanyisa Primary School ngonyaka ka
1998.
UNelson Mandela uMengameli wokuqala weNingizimu Afrika owaqopha umlando
ngokuba umholi owabe ephikisana nobandlululo, ushiye ifa elimangalisayo
eNingizimu Afrika kanye nasemhlabeni wonke. Ukuzibophezela kwakhe ukuthola
izisombululo zokuthi kube khona ubulungiswa, uxolo, ubuqotho, inkululeko
kanye nokubuyisana kulokhu kuqhubeke njalo nokumangaza iningi labantu, abasha
kanye nabadala ngokufanayo emhlabeni wonke.
UShoprite Group, uhlomulisa abalimi abancane.Lokhu ukwenza, ngenxa yesivumelwano
sokusebenzisana nenkampani ebizwa nge Agrikool esiza abalimi baKwaZulu-Natal
ukubaxhumanisa nabanikazi bezitolo ezinkulu ngokuthenga kubo izitshalo abazilima
emapulazini abo.
USthembiso Caluza waseRichmond uthi uzobe enza adume ngazo kowe Richmond Music Festival
U-Ezenhlanhla Ncapai( 40) ongumsiki wengqephu yabantu abazimukile ngomzimba noma izidudla uthunga izingubo ezingu Plus Size, ukhulele KwaMashu kodwa manje utholakala eNewlands West.