USthembiso Caluza waseRichmond uthi uzobe enza adume ngazo kowe Richmond Music Festival

USthembiso Caluza waseRichmond uthi uzobe enza adume ngazo kowe Richmond Music Festival

Ezichaza uCaluza uthi ungumculi kanye nombhali wamaculo kanti wenza uhlobo lwe Afropop. Ngokuzalwa ungowase e Phatheni e 99 Section.

“Ngikhuliswe ngenhlonipho nokwazi ukukhuluma nomuntu ngendlela eyakhayo. ngiyakuthanda ukucula ngikhule ngenza umculo weGospel nowesicathamiya ezikoleni.  Ngyafisa ukuthi Abantu bazi ukuthi Ngiyacula uNkulunkulu unamandla ungiphile ikhono kusasa ngiyafisa ukubeka isinkwa etafuleni  ngekhono enginalo kujabule abazali ngiqale ukucula ngineminyaka engu 10”. Kuchaza uCaluza.

Uqale uku rekhoda ngo 2019 ngaphansi kwe STUDIO Art of Sound Entertainment kuze kube imanje. Usebenzile nama Artist amaningi kumanje uthi ulinde  iEvent Enkulu amenyiwe kuyo eRichmond Music Fastival ephethwe ngu Lungi Shezi..

Uyatholakala eziNkundleni Zokuxhumana.

Facebook page:Stherence De’Ciqqa (8.5 followers)

Number:063 762 1607

Email: stherencethevocalist@gmail.com