![Masingakhathali ukusiza abanye abantu](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/06/SS-600x400.jpg)
Masingakhathali ukusiza abanye abantu
Abaningi sebathatha isinqumo sokugwema ukusiza abantu ngoba balinyazwa kakhulu
ngabantu ababasizile. Sizwe esimnyama uma sisiza umuntu yebo sisiza yena kodwa asenzeli
yena senzela thina .
Abaningi sebathatha isinqumo sokugwema ukusiza abantu ngoba balinyazwa kakhulu
ngabantu ababasizile. Sizwe esimnyama uma sisiza umuntu yebo sisiza yena kodwa asenzeli
yena senzela thina .
Sakhula sifundiswa ukuthi obonayo
uhola impuputhe ayifake endleleni kodwa isikhathi esesiphila kuso inkohlakalo seyavukela
abantu obonayo usengayidonsa impumputhe ayifake eweni ukuze aphumelele ngayo.
Kulesikhathi lapho izimo zomnotho ezingeni lomhlaba ziya ngokushintsha kanye nomphakathi othuthukayo ngolwazi, imfundo iya ngokubaluleka kakhulu. Ngakho ukuthuthukisa abasebenzi ngolwazi kanye nangamakhona kunesidingo esikhulu ukuze izimboni zikwazi ukuncintisana kwezomnotho ezingeni likazwelonke. Lokhu osekudale ukuthi iningi lohulumeni lifake ingcindezi ezikhungweni zemfundo ukuze zikhiqize abafundi abayokwazi ukuqasheka ngenxa yolwazi abanalo. Emhlabeni wonke izimakethe zisesikhathini esiguqukayo. Kati neNingizimu Afrika ayisalanga ngaphandle kulesisimo esishintshay
Isikhathi intsha esikhula kusona asisafani nezikhathi zakudala, abadala abakhulu kuzona, indlela zokuphila sezaguquka kakhulu nengcindezi yanda ekukhuleni komuntu
Angibingelele sizwe sakithi enyangeni ebalulekile yokubungaza isikhumbuzo sentsha ka1976 eyalwela amalungelo nenkululeko yayo. Ngicela ukugqugquzela intsha yanamhlanje ukuthi kuhle ukuwazi amalungelo ethu nenkululeko yethu kodwa masikusebenziseni kahle singabulawa yikhona, masingabulawa siqedwe yinto okwakumele isikhulule.
Ukushiywa ngabantu akusho ukuthi zilahle nawe, ukujikelwa ngabantu akusho ukuthi phonsa ithawula ngempilo yakho uzikhohlwe udabukise ulinde elokufa
Ngiyabingelela sizwe sakithi, nginibhalele ngalesixwayiso sobungozi bokungamukeli lokho esinakho kodwa sizihluphe ngesingenakho.
Asiboqaphela singamkhalisi umuntu, ngoba kungenzeka impendulo yazo ungayiboni wena uthi unqobile kanti isazolandela abantwana bakho noma isizukulwane sakho sifele ububi obenziwa ngumzali wabo.
UMnu Makhathini onguSihlalo we i National Association of School Governing Body uhlaba ikhwelo elibhekise kuwowonke amalungu omphakathi ukuthi azoba ingxenye lapho abafundi beyoba beyodlulisa izikhalazo kumphathi steshi eMlazi kwimashi yokuthula.
Sonke sinendima okumele siyidlale ukuze songe amanzi. Umthamo omkhulu wamanzi asetshenziselwa emakhaya, emafemini, kwezolimo kanye nakwezinye izidingo, wenzeka kakhulu ngesikhathi sasehlobo.