![Siyethusa isibalo sokukhulelwa kwezingane eNingizimu Afrika](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/03/GTY_pregnant_woman-600x400.jpg)
Siyethusa isibalo sokukhulelwa kwezingane eNingizimu Afrika
Siyethusa isibalo sokukhulelwa kwentsha eNingizimu Afrika njengoba imininingwane ikhomba izinga lokukhulelwa kwentsha ibeka kanzima izinhlelo zayo zezempilo nasemiphakathini.
Siyethusa isibalo sokukhulelwa kwentsha eNingizimu Afrika njengoba imininingwane ikhomba izinga lokukhulelwa kwentsha ibeka kanzima izinhlelo zayo zezempilo nasemiphakathini.
Angiphinde nginibhalele ngokudabuka emoyeni mangibona isizwe esimnyama siphakamisa umkhuba wokungamnaki ophilayo kunakwe kakhulu ongasekho, sekwaba yinjwayelo ukuthi umuntu anganakwa esaphila, angahlupheka umndeni ukhona unawo wonke amandla okulekelela lapho udingeka khona kodwa ungayingeni nokuyingena leyondaba. Angagula umuntu kudingeke imali ukuze kutholakale odokotela abaziwa njengochwepheshe kodwa umndeni ucashe ezintangeni uthole wonke umuntu ekhala ngokungabi namali yokumusiza kodwa kungathi angadlula emhlabeni bakhiphe imali engasukumi phansi ukuhlela umngcwabo wakhe kumiswe bonke ubuchwepheshe besimanje kuhlobiswe ngezimbali ungaze ufunge ukuthi kuyashadwa kanti cha kuyangcwatshwa.
Imibono yomphakathi mayelana nenkulumo eyethulwe uMengameli wezwe uMnu. Cyril Ramaphosa ayethule ese-Cape Town mhla ziwu 09 kuFebhuwari ngesikhathi kuvulwa ngokusemthethweni iPhalamde, abantu babe sebebeka imibono yabo mayelana nenkulumo ayidlulisile esizweni abanye bakhombise ukungamethembi kanti abanye bakhombise ukumethemba basho kanje:
IMIBONO YABANTU MAYELANA NOMBHIKISHO OHLONGOZWA UMHOLI WE-EFF OZOKUBA NGO MASHI
Owami umbono uthi, amalungelo ethu ayahlonishwa, siyanakekelwa njengezingane sifunde, sivote, sizizwe zinesithunzi sokuba umhlali onethezekile ezwenikazi.
Ngokwami amalungelo ethu ayahlonishwa kwezemfundo ikakhulukazi, ngibona konke kusahamba kahle kodwa kwezemisebenzi ngibona singanakiwe futhi singahloniphekile ikakhulukazi ithina njengabantu besifazane.
Umbono wami uthi yebo ayahlonishwa amalungelo ethu emindenini kwezothando, ekuvikelekeni emphakathini kanjalo nasekunakekeleni ikakhulukazi abantu abadala.
Amalungelo ethu awahlonishwa lokho ngikushiso izinto engizibuka zenzeka emhlabeni mihla namalanga. Ikakhulukaz ikwezothando, uma abantu bethandana ayikho into enika oyedwa wabo imvume yokuthi uma ningasaboni ngaso linye ngempilo wehlise isithunzi sakhe, umhlukumeze lokho usuke ubulala ilungelo lomuntu.
Okungiphathakabi eyokucwaswa kwethu engathi uma ukhubazekile unokugula, abantu abasihloniphi futhi abasithathisi okwabantu abaphilayo,kakhulukazi thina esinokukhubazeka okungavelile obala ngisho ngoba ngazalwa ngingezwa endlebeni eyodwa uma umuntu ungamuzwanga uzozwa esekuthuka noma akubize ngawo wonke amagama, unempakamo, uyazitshela kanti awumuzwanga.
Umbono wami ngabantu abakhubazekile ukuthi bazizwa bephephile uma kuphephile lapho abakhona, kanti futhi babuye bazizwe bengaphephile ikakhulukazi uma kunemibhikisho bona bengabe besaba nayo intuba yokudlula ikakhulukazi uma behamba ngesihlalo esinamasondo ”wheelchair”.