UMBONO KA NOMTHANDAZO MAGOSO KWA-MASHU MAYELANA NOKUKHUBAZEKA UKUTHI BAZIZWA KANJANI

Okungiphathakabi eyokucwaswa kwethu engathi uma ukhubazekile unokugula, abantu abasihloniphi futhi abasithathisi okwabantu abaphilayo,kakhulukazi thina esinokukhubazeka okungavelile obala ngisho ngoba ngazalwa ngingezwa endlebeni eyodwa uma umuntu ungamuzwanga uzozwa esekuthuka noma akubize ngawo wonke amagama, unempakamo, uyazitshela kanti awumuzwanga.

Continue reading