Kwethulwe abaqokelwe owe South Africa Boxing Awards 2023
Kwethulwe amagama alabo abaqokelwe ukuhlonishwa ngowama South Africa Boxing Awards 2023, emcimbini obubanjelwe ePremier Hotel, eMhlanga, eThekwini ngeviki eledlule.
Kwethulwe amagama alabo abaqokelwe ukuhlonishwa ngowama South Africa Boxing Awards 2023, emcimbini obubanjelwe ePremier Hotel, eMhlanga, eThekwini ngeviki eledlule.
UMnu. Mqapheli Ndlovu wasendaweni yase Mkhambathini eNamba 9 ubonge kakhulu uMkhandlu weTheku ngokuwina kwakhe kowe Gospel Icon Discovery (GID) 202
Abantu baphume ngobuningi bagcwalisa indawo yobumnandi kwa CC ebizwa ngeGalaxy Exclusive ukuzozibonela bukhoma imfashini yekhethelo eyenzelwe abesilisa kany
I King Shaka High School, yaku Ward 80 nokuyiyo kuphela I High School kule Ward eseMlazi kwa E, ivakashelwe yizinhlangano ezahlukene ngoMgqibelo ngomhlaka 27 Meyi, ngenhloso yokucija abafundi bakwa Grade 11 no 12 ukuthi balungiselele ukuyofunda ezikhungweni eziphakeme baphinde bacije namakhono abo.
UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi kuleli uNksz Lindiwe Zulu, usenxuse ukuthi bonke abantu kumele babambisane nohulumeni ekuvikelweni kwezingane.
Owabe enguNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha kanye nezeMvelo, KwaZulu-Natali, uMnu Mike Mabuyakhulu usengokhululekile emva kokuthi inkantolo eyaziwa nge Durban Commercial Crimes Court imthole emsulwa ngamacala abebekwe wona okukhwabanisa,inkohlakalo kanye nawokushintshanisa ngemali ngokungekho emthethweni.
Abezingadi zemiphakathi (Community Food Gardens) bathole ithuba lokudayisa izitshalo zabo kwaShoprite ngosuku lwe Checkers Market Day ngomhlaka 7 Juni 2023
Ukushiywa ngabantu akusho ukuthi zilahle nawe, ukujikelwa ngabantu akusho ukuthi phonsa ithawula ngempilo yakho uzikhohlwe udabukise ulinde elokufa
Siyazi ukuthi kuningi okungahambi kahle lapha eNingizimu Afrika. Siyazi futhi sekuphele iminyaka engu -29 lelizwe libuswa ngaphansi kwentando yeningi, futhi siyazi nokuthi uhulumeni osiphethe ungaphansi kweqembu le African National Congress (ANC) yonke leminyaka.