![Iqale ngegiya eliphezulu eyama Thekwini games](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/10/Iqhubeka-kakhle-kakhulu-imidlalo-yamaThekwini-Games.docx-pic-1-600x400.jpg)
Iqale ngegiya eliphezulu eyama Thekwini games
Abadlali ababambe iqhaza kowama Thekwini Games
Imidlalo ebisingathwe uMkhandlu weTheku iqale ngegiya eliphezulu lapho wonke amaqembu abelwela ukuba ngomakhonya emele amawadi kumaThekwini Games kule mpelasonto yezi 30 September.Le mdlalo isezifundeni ezintathu okuwuDistrict 1, 3 kanye no-4 kanti lezi zifunda zifaka izindawo eziningi okubalwa kuzona uThongathi, iNtuzuma naKwaXimba, ukucaphuna ezimbalwa.