![UMBONO KA BAQONDILE NZIMANDE E-MARIANHILL KADASEI MAYELANA NABANTU ABAKHUBAZEKILE UKUTHI BAZIZWA KANJANI](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2022/12/Baqondile-Nzimande-600x400.png)
UMBONO KA BAQONDILE NZIMANDE E-MARIANHILL KADASEI MAYELANA NABANTU ABAKHUBAZEKILE UKUTHI BAZIZWA KANJANI
Engingakuveza kakhulu ngokukhubazeka kwami inkinga engihlangabezana nayo ukuthi thina asilutholi usizo ngeqiniso, nasothandweni noma ungathandana okanye ubenobudlelwano nomuntu wakho uthole ukuthi yena uyakwamkela ubunjalo bakho kodwa kubo bengakwamkeli nhlobonhlobo.