IMIBONO YOMPHAKATHI

IPHEPHANDABA lomphakathi iKZN Namuhla njengoba kuyinyanga kaNovemba liqwashisa ngokukhwabanisa okugujwa umhlaba wonke.

Ukukhwabanisa kuchazwa njengesenzo samabomu sokukhohlisa othile ukuze uthole inzuzo engekho emthethweni noma engalungile. Ukukhwabanisa akukho kwezezimali kuphela, kepha kuhlanganisa nokuntshontshwa komazisi, ukukhwabanisa kwamavoti, ukukhwabanisa kwezempilo, nokunye. Sibe sesixoxisana nomphakathi ukuthi abantu kubaphatha kanjani ukukhwabanisa okwenziwa osopolitiki.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.