SHEILA MHLONGO
Isifiso sami kulonyaka ukuthi ngisebenze namaciko esephakeme ngiphinde ngikwazi ukukhuphula inkampani yami esakhula IMbumba Music festival.
Izinhlelo zami kulonyaka ukuthi ngisebenze ngokuzikhandla kunalokhu engikwenza manje ngizikhulise kwengikwenzayo okudlule njengoba ngiza no msebenzi omusha ep ka-2025 ozophuma ngo-Okthoba ngithemba ukuthi konke kuzohamba kahle. Isifiso sami ukuthi ngisebenze laphana ku GMD studio ngoba umsebenzi wakhona muhle kakhulu ngakho ngingathanda ukusebenza nabo bonke abaculi angikhethi muntu.
Engikufundile emculweni ukuthi kubalulekile ukuhlonipha abantu ngoba usuke usebenza ngabo ngafunda nokuthi akumele ukusebenzise kakhulu ukuthi uwumculi wena udinga ukukhokhelwa njalo uma kunomcimbi uma bengakukhokheli ungakhali ngoba usuke unegama olishiyile lapho obuye khona abalandeli bengalindela umsebenzi omusha ozophuma ngo Okthoba angeke ngidalule isihloko kodwa kuma social media ngikhona
Izingoma zami zitholakala ku tiktok naku YouTube no ITunes kuphela
ngikhona ku Facebook: King Mcindezeli Rsa, WhatsApp / Call: 079 6515 946 noma 068 260 7871, Tiktok: King Mcindezeli Rsa naku Instagram u King Mcindezeli Rsa.