Qaphelani indlela enigqokisa ngayo izingane zamantombazane njengoba kungena Ihlobo

Angibingelele bantu bakithi ikakhulukazi  njengoba  Bazali sekungena ihlobo ngiyanixwayisa anoqaphela indlela izingane zamantombazane ezigqoka ngayo ikakhulu ezikoleni , kuhle khona ukukhululeka ngoba kushisa kodwa makungaze kweqe , ukugqoka kwengane esikoleni makungabi isilingo kothisha.Ungayivumeli ingane yakho ihambe nqunu esikoleni ibe iphume ekhaya phambi kwakho ungumzali uyibhekile . Masigwemeni ukukhulelwa kwezingane zesikole ngoba nokugqoka kwazo kunomthelela .

Obhalayo uKatlego Nare

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *