UNokuzola ocula Gospel ucela nimeseke niphinde nilandele umculo wakhe

SHEILA MHLONGO

My new years resolutions ukuthi ngisabalalise ikhono lami lomculo kwezokholo ukuthi  ubheke phambili no music  video  wami. Uproducer engifisa ukusebenzisana naye kulonyaka uThando Samuel yena umculi engifuna usebenza naye ngu Nomfundo Nkentsha.

Ngifunde ukuba nokubekezela  nokuzithemba kwezokholo kanye nokuthanda abantu ngiphinde  ngibahloniphe ikakhulukazi abantu abangabalandeli bami ngicela balindele u music video wami omusha kanye nomculo omusha osezingeni eliphezulu. Abalandeli bangawuthola umculo wami kwi digital platform afana no Spotify, Apple Music no YouTube. WhatsApp / Call : 079 674 1695, Facebook: nokuzola  mazoe mfundisi.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *