SHEILA MHLONGO
Ngidabuka eMandeni eNdulinde ezimpohlwa kumshibhisi ngiphethwe inkosi uMhlongo kanti ngifunde ukuzimela ngaphuma ngaya eThekwini Springfield ngakwaMakro Kennedy okuyikhona lapho esengihlala khona.
Okuyisifiso sami ukuthi ngithole support nje kuze ngikwazi ukukhipha umsebenzi omusha enginesiqinisekho futhi ukuthi uzoba nomehluko ukunalona wasekuqaleni. Ngifisa ukuthola ithuba lokungena estudio lapho engiyobe sengifasa amabhawoti ngampela laphoke ngengoba ngiyazethemba ikhona ingoma engayikhiphayo ngonyaka ka-2022 ethi: “Anoyihlonipha iMandeni” okuyona ngoba abantu abayithanda kakhulu bayijabulela nje kakhulu.
Engakucela ukuthi benginike ithuba lokuziveza kubantu noma ngabe kuthiwa unguMhleli womcimbi or wenze umcimbi okungaba Mgonqo, mhlonyane,ipart,umshado, ibizo nokunye impakamo iyonanto enginganayo mina noma ikuphi masengibiziwe ngiyafika ngenze okuyikhona okujabulisa abantu siyaxoxisana ukhumbule kuthi umuntu uwumuntu ngabantu ngathokoza ukuthi ngithole amacalls kuthiwa sicela uzoperfomer endaweni ethile nami ngithole isinkwa ngomsebenzi wami. Lapho engitholakala khona Facebook: Swidi Smotis Dlamini
Whatsp n calls:072 248 5184 tiktok:smotis05.

