UBuhlebenkosi Mkhize ucela ukuthola uxhaso koMasipala ukuze inkampani yakhe ikhule

SHEILA MHLONGO

Ngivule company eyenza cleaning services/Garden services ngiyivule ngenhloso yokwandisa amathuba emisebenzi. Ngihlala endaweni yakwaNyuswa  ngiyafisa ukubona intsha yakithi isebenza ukuze  ikwazi ukuxosha ikati eziko.

Ngiyafisa uMasipala  wangakithi uMkhandlu weTheku umakukhona lawungakwazi khona ukufaka isandla usize uma kuvela Ama contract/Tenders oku clean bangasikhohlwa njengo somabhizinisi abasafuna ukhulisa umsebenzi. Inkampani  yami Ibizwa nge-BBM Cleaning Services iqale ukusebenza  ngonyaka  ka-2021 unyaka wesi hlanu ikhona siyatholakala iTheku lonke  ngiphinde ngifise uhulumeni angisize ngendawo yokuqeqesha intsha ikwazi ukulungisa ama DSTVV  kanye noku Register izinkampani zibe semthethweni  bakwazi ukuvula amathuba emisebenzi.

Ofisa ukusinika usizo noma ukubuza okuthile  ngiyatholakala  ezinkundleni zokuxhumana whatsApp/ Call: 064 509 1878 nakuFacebook: BBM cleaning services/Boohler Mthiyane.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *