B_Rock_Dedih banesifiso sokusebenza nabaculi asebedumile

SHEILA MHLONGO

Sifisa engathi singasebenza nama Big Artists ukuze Nathi umculo wethu ukwazi ukufaka isinkwa emakhaya, okunye ebesikufisa ukwenza ama event amakhulu njengo Durban July manje inkinga asinawo amandla okwenza Lokho.

Sicela abalandeli neziphathimandla baseseke ukuze sikwazi ukuthola ama bookings and sihost ama-events, singathanda ukusebenzisana nabo dj abakhulu okubalwa  no Que Dj nabo Dj Lag and sithole I recognize esiyi dingayo. Okunye ukuthi sinake  emculweni wethu ukuthi yini engasisa phambili njengoba sinezifiso eziningi njengabantu abasha. Abalandeli  nomculo sibathembisa ukuthi kuno mculo omningi  esisazowukhipha okufana ne-EP uThayela way 2.0 ne D.O.L  lapho esisebenzisane nama artists amaningi ahluka hlukene.

Sikhona kuwo woke ama DSP sithanda kukhipha i-EP ebizwa ngo USiKo isiyatholakala yonke indawo kanye nenye I EP okuthiwa inking’ey 1.  Ofisa ukuxhumana nathi noma ukusisiza  WhatsApp / Call:  061 144 5036 noma  084 276 9957 kanti Facebook: Bayanda Gwamanda “Be Rock” and Sifundo “Dedih” Zikhali

Better known as B_Rock_Dedih.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *