Umbono ka Khumbulani Sergio Hlozi eNtuzuma mayelana nokukhwabanisa okwenziwa osopolitiki ezweni
AKUNGIPHATHI kahle neze ngoba lokho kufadabalisa umnotho ezweni sakhile, abanye bethu bagcine sebeyizisulu zobugebengu, kanye nobubha emindenini eminingi ikati lilala eziko, ngenxa yokuntuleka kwemisebenzi esuke isidalwe yilesihlava senkohlakalo eyenzeka ezwenikazi iNiningizimu Afrika.

