UMasipala weTheku ubambe iqhaza lokuqhwashisa imiphakathi ngezokuphepha ngenyanga yezokuphepha

SHEILA MHLONGO

Uphiko lwezokuPhepha emgwaqeni kaMasipala weTheku (ETA) kanye namaHhovisi oMqondisi kaMasipala abambe iqhaza ochungechungeni lwaminyaka yonke lweDolobha lokuqwashisa ngezokuphepha emgwaqeni.

Obekuhloswe ngalo ukuqwashisa ngezokuphepha emgwaqeni kusukela epaki iKing Dinizulu kuya eDurban Central, lolu hambo beluyingxenye yemisebenzi yeNyanga Yezokuthutha. I-Road Safety Walk inikeze iDolobha ithuba lokuqwashisa ngeNyanga Yezokuthutha kanye nokuxoxisana namalungu omphakathi, osomabhizinisi bendawo kanye nezinhlangano ezizibophezele kwezokuphepha emgwaqeni.

#Inyanga Yezokuthutha

#Ezokuphepha Emgwaqeni

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *