Ngazalelwa eJozini emsiyane ngihlala eGreytown endaweni yasenseleni 3 akaze ngibe nenhlanhla yokuqashwa emicimbini ngoba ngisakhula ngangithi angeke ngikwazi ukucula uMaskandi kodwa kwakwiyinto engangiyifisa.
Into engiyifisayo abantu bayazi kumuntu osafisa ukucula umaskandi ziningi izinto obhekana nazo kumele uziphathe kahle ungalithathi isayidi, Ngifisa ukuzibona sengikwelinye izinga elingangelika Khuzani noMthandeni yibona abayisibonelo kimi bakhile emakubo konke okuhle bayakwenza. Ngonyaka ozayo ngimisele ngokukhiph Ep yezingoma ezintathu abathandi bomculo ngiyabathembisa ngizosebenza ngokuzikhandla. Umculi ongithazayo kakhulu uKhuzani uyahlonipha wakhile kubo akaziqhayisi akazitsheli ngiyafisa ukufika ezingeni lakhe nokuxoxa naye.
Uxhaso engifisa ukulithola ngiyacela kakhulu ngiyafisa kufakwe isandla mayelana ne-uniform yeqembu, transport nemali yokuyo record. Ofisa sixhumane WhatsApp/ Call: 071 1333 371 naku-Email. ndlovusenzo373@gmail.com.

