Apostle BJ Mncube usebenzisana neNkosi DK Ndlela, iNduna Ntuli kanye noBaba Mgubungu, okunye akwenza ngaphansi kwebandla lakhe uqhuba umkhankaso we feeding, Scheme kanye nokunikela ngezingubo zokugqoka. Usebenzela endaweni yase-Wushwini, eMolweni, eMgababa nase Pinetown.

