UMasipala wetheku usuphothule umjikelezo omayelana neSabelomali sika 2023/23
UMasipala weTheku usuphothulile umjikelelzo wokuhambela izindawo ezahlukene zoMkhandlu, okuthathe amaviki ayisishagalombili (8). Lomjikelezo wezinkulumo ngxoxiswano ubumayelana nokwethulwa kweSabelomali kanye ne IDP yonyaka ka 2023/24 kubantu.

