UMiky Mbana ufisa ukuthola uxhaso lokwenza iPads Drive
UMiky Mbana(18) ozalelwe eThekwini eZwelisha wakhulela KwaNongoma eSishwili ungene emkhakheni wezokumodela ngonyaka ka2018 engenela uMiss Mlokothwa okwakungumncintiswano owawuhlelwe isikole ayefunda kuso iMlokothwa High School.

