USanele Gumede ucela abantu bamubhukhe ukuze athole abalandeli
USanele Gumede (18) ozalelwe eBhamshela kodwa oseThekwini KwaMashu ngokokuhlala ungene endimeni yezomculo ngonyaka ka-2015 ngeStage name sika Man G S.A, yize engakaze ayikhiphe i-Album kodwa zikhona izingoma aseke wazikhipha Ama Cruger, Dlozi Lami ukubala ezimbalwa

