Bekumnandi kusindwe ngobethole Kwandengezi umcimbi obuhlelwe umuntu osemusha uNksz. Minenhle Makhubo osebenza ehhovisi likaKhansela ward-12 lapho abafundisi abahlukene bendawo yakalizwi bebehlangene bekhulekela abafundi bezikole zendawo baka grade-12 ezakhele lokishi noThisha bazo bebekhona nomphakathi  uMhleli walomkhuleko osemusha  uthe bekungelula kodwa ubonga ukuthi kuphumelele wadlulisa nokubonga okukhulu.

Udaba luthunyelwe : uMfundisi Khumalo wakwaNdengezi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *