NKOSIE NTOMBELA
Umculi wesifazane osemusha ocula umculo we Afro Pop ubengomunye ohlomule nge Award kuma KZN Namuhla Awards 2023.
Leliciko lase Dududu endaweni yase Mkhunya likhuluma neNtatheli yeKZN Namuhla emva kokunqoba lithe “angazi nokuthi ngithini indlela engijabule ngayo ngibonga kakhulu kumndeni nabalandeli ngaphandle kwenu engabe angitholi le awards” Lomculi aphinde akuqinisekisa ukuthi umculo usazoqhubeka nokuwenza njengoba esebona ehlomula ngawo nanethemba kuningi asazokuzuza kulendima yomculo.Lama awards e KZN Namuhla Newspaper abebuya ihlandla lesibili njengoba ibigubha nemnyaka engu 25 yabakhona I KZN Namuhla Newspaper


