Ukhuza ibuya uDJ Sabbu ku Metro FMBreakfast Show
SHEILA MHLONGOUkhuza ibuya uSabelo Mtshali odume ngelika DJ Sabby ukuqhuba uhlelo lweBreakfast Show kuMetro FM.Ngokwesitatimende esithunyelwe kwabezindabasincoma kakhulu igalelo lika…
SHEILA MHLONGOUkhuza ibuya uSabelo Mtshali odume ngelika DJ Sabby ukuqhuba uhlelo lweBreakfast Show kuMetro FM.Ngokwesitatimende esithunyelwe kwabezindabasincoma kakhulu igalelo lika…
Kumenywa amaCiko asafufusa emikhakheni eyahlukene ukuba angenele umncintiswanoweKZN Namuhla Artists Awards 2024. Kulonyaka amaCiko awaqokwa kodwa ayamenywabese enikezwa ifomu okumele…
UPenny Ntuli obengumsakazi kwiGagasi FM 99.5, eThekwini usezitholele ikhaya elisha esiteshini somsakazo esiseGoli iJOZI FM 105.8. Lokhu kuza emuva kokuthi…
MOLWENI ESIZWENI SAKITHI NGAPHANSI KWE PROJECT KA JOJIWABANTU SITHI ASIKHUMBUZE UKUTHI SIKHONA NAKULONYAKA SITHI KHUZAMHLOLA MUSIC SHOW NGAPHANSI KOMSEBENZI ESIWENZAYO …
SHEILA MHLONGO Injabulo ku DJ Sbu ebuyela emsakazweni emva kokuthi eke wathi khumu kulendima, yezokusakaza, maqede wazisungulela ibhizinisi lakhe lesiphuzo…
UNomaza Malamela-Mei, ongumama wabantwana ababili kanye nomzukulu oyedwa, ngokwemfundo ungumhlengikazi ofunde wagogoda, uneziqu ze Child Nursing Science,sewathatha umhlalaphansi kodwa manje ungumbhali wencwadi ‘The Crowning Rooster’. Udabuka esifundazweni sase saKwaZulu-Natali eMzimkhulu ngaphansi kwesifunda iHarry Gwala.
UThabo Mthethwa (19) no Samkele Ndlela(21) abaziwa nge Worst Rhythm, benza umculo we Afro House ne Gqomu
USandile Shandu(27) odume ngelika Triple S wenza umculo wama Piano kanye neGqomu ozalelwe eDokodweni osehlala eHaizelmere Dam eVerulam, uthado lomculo luqale 2013 esaseskoleni lapho ahlanganisa iqembu elalizibiza nge Experted Souls, kwathingo 2010 wasungula iQembu eselisimeme kakhulu kuze kube imanje selisebenze namanciko amaningi njengo, Sizwe Mdlalose (Afrotainment), Love Devotion, Koba Sings, CoolDown, Dj Lc, Shado M (inhliziyo yam ithi Hey hit maker) Que DJ, Emza, Yb, nabanye abaningi.
UThembelihle Gumede(17)Ohlala eNanda Glebe eMachobeni uqale ukuba nguzime ngonyaka ka2021 noma engazange awine,lokho akumlahlisanga ithemba ngonyaka ka2022 wangenela Miss Glamourous kwilapho awina isicoco sika Queen,waphinda wangenela omunye umcintiswano uMr and Miss eThekwini Municipality Role Model waba yiAmbassador, owokugcina awungenela ku2022 Miss Dream Chasers nakhona waba i-Ambossador .
USizwe A. Zungu uzalelwe laphaya endaweni yaseMaduladula eNquthu, nalapho athola khona ukuzicija ngolimi lwesiZulu kanjalo nokuthanda umsakazo, kusuka ekukhuleni kwakhe wayehlalela ukulalela umsakazo nokufunda izincwadi.