UMCHUNU UNXUSA IKZN UKUTHI ISEBENZISANE UKUZE KUTHUTHUKISWE UKUVIKELEKA KWAMANZI
UNgqongqoshe wezaManzi nokuThuthwa kweNdle, uMnu Senzo Mchunu, usenxuse uhulumeni wesiFundazwe nowasekhaya KwaZulu-Natal, uMngeni Water kanye nezinkampani ezizimele ukuthi basebenzisane ukuqinisekisa ukuvikeleka kwamanzi esiFundazweni.

