SHEILA MHLONGO
Siyiqembu le Original Boys, sifisa ukuzimisela usaqala unyaka,sisebenze kanzima ukukhombisa uthando lomusic, esifisa ukukuyeka ukuncika kakhulu kubantu lokho kugcina sekusenza sinqene ukuphusha ngendlela ebesiplane ngayo uma kukhona osenzele phansi.
izinhlelo zethu zakulonyaka ukuthi senze umsebenzi othandwa abantu siphinde, senze ama event ngenhloso yoku promoter umsebenzi wethu siphinde sibambisane namanye amaciko.
UProducer esinesfiso sokusebenza naye uGold max,ngoba uye owenza inhlobo yoMusic esiwenzayo nangezinga akakulo.
Izifundo esizifundile kulonyaka ophelile ukuthi akukho okutholakala kalula kwi-industry ukusebenza kanzima ikhona okuletha injabulo,nokuhlonipha abanye abantu.
abalandeli bethu kulonyaka bangalindela iSingle ye Piano njengoba besazi nge Gqom so sikhombisa ukukhula nanokuthi uma kukhona ohlezi enothando le Piano angaxhumana nathi njengoba singamaCiko singakwazi ukwenza noma iyiphi iGenre.
uMusic uyatholakala kuyoyonke indawo kuma Digital platforms,ubhala nje Original Boys,sikhona ku tik-tok,YouTube,instagram and Facebook inamba esitholakala kuzo for whtp/call 0725345889 0r 0619696202.