UMajeke Nezakhe oyiCiko ufisa ukuthola usizo  lomsebenzi ukuze azoqhubeka nempilo

Igama engibizwa ngalo emculweni bathi ngingu MAJEKE NEZAKHE. Kodwa ke ekhaya bangibiza  ngoMANXELENI.   Kubesekuthi kwele ID ngingu THEMBINKOSI MICRO VUKAPHI, ngineminyaka 45 ubudala. Ukucula ngiqale ngonyaka ka-2024  ngakhipha I Album kodwa akungisebenzelanga nhlobo endaweni yokuthi kukhanye kwavele kwamnyama kakhulu kunakuqala.  Ngidabuka  EBIZANA EASTERN CAPE KWANDENGANE ISIGODI.  Ngikhule kanzima ngingahlali nabazali. Nokwangenza ukuthi ngifunde ezikoleni eziningi EZISE BIZANA NASE FLAGSTAFF nalapho, umatric wona nginawo ngiwenze ngo 2010 eShakashead Learning Center. Ngike nganakho nokugula ngekhanda bezama ukungithwebula.   Imvamisa yezibongo ebengitholakala kuzona nekusekhaya iKWANTSHANGASE  kwakugane  umawami  KWASHUSHA ekhaya komalume bese kuba iKWASHEZI Kubo kababa. Ngingaluvuyela uxhaso nokuba ngolwantoni na” ngoba angibesenzi  anginalutho  neyokwethwasa anginayo ngisho ekagobela imali. Ningitholele  umsebenzi ozongiphilsa  oyokwenza oko uThixo uyombusisa ngokunceda nje umuntu yimi osedlule ebunzimeni obuningi enganamuntu omesekayo ngisho. 🙏🙏0639172309

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *