SHEILA MHLONGO
Isifiso sami kulo nyaka ukuphusha ithalente lami ngikhohlwe okubi okushiwo abantu ngethalente lami. kanye nokukhipha I-Album nokuthi umculo wami usabalale yonke indawo. Ngifisa ukusebenzisana no-Mlindo the Vocalist noXowla.
Engikufundile ukuthi kumele ukholelwe kwi thalente lakho uzethembe ungavumi ukuthi abantu bakuthene amandla ungabananki unake ithalente lakho.
Abalandeli bami bengalindela izingoma ezizoba philisa kanye nokuhle kodwa,uma sengithola amandla okufaka ingoma online ukuze bazi-downlode. Okwamanje izingoma uma ngizikhiphile ngizifaka ku-whatsapp group yami ku-0665188298. Ku Facebook :mnqobi the Vocalist.