Usezinhlelweni zokukhipha umusic video ne-EP okaMaskandi

SHEILA MHLONGO

Kulo nyaka nguna ukwenzela abantu u music video, izinhlelo zami kulonyaka futhi ukuthi ngikhiphe I-EP etsha ehamba noMusic video kanti umculi engifisa ukusebenza naye kulonyaka ubhuti uBahubhe ibhenanyawo. Ngisakhona eGMD kuSizwe Gumede uProducer wami.

Isifundo engisifundile ukuthi akumele ujahe izinto zingakafiki linda yonkinto yenzeka masekufike isikhathi sayo kanti abalandeli bomculo abalindele  ingoma enkulu enoshuni abahlukene ezobashiya bethokozile kakhulu ekade bengayilindele. Okunye izingoma zami bazozithola kuma platforms ( digital store )nakumina bazazithola.

Ofisa ukuxhumana nami ngitholakala la: Call / WhatsApp: 0739558910 / 0760682832

Facebook account: Isishingishane Ngubo, Page: Isishingishane SA

Ticktok : Isishingishane93.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *