USkhumbuzo Ngcobo odume ngelika UBhemude ongumculi kaMaskandi uthi kulonyaka ufisa ukuthola amandla okushutha iMusic Video kanye nokusebenza neQwabe Twins

SHEILA MHLONGO

Ngifisa ukusebenza namanye ama genre ahlukene emculweni. Ngifisa ukuthola amandla okushutha music video noma ingoma ezimbalwa. Futhi ngifisa ukusebenzisana ne-Qwabe Twins.

Esikhathini esedlule ngifunde ukuthi igama liyasetshenzelwa awumane nje ulale uvuke usunegama, ngaphinda ngafunda nokuthi uma ngingasebenza namanye ama genre ehlukike endimeni lokho umculo kungawubeka kwelinye izinga umculo wami. Okunye engikufisayo ukukhula ezingeni engikulo.

Ngitholakala kuma digital stores.Call      :0714795758 WhatsApp:0749297703- Facebook  : Skhumbuzo Ngcobo (Bhemude).Description: BhemudaDescription: bhemudes

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *