Alikho izinga lokuhlukumeza elamukelekile
Sanibonani sizwe esinsundu, bantu bakithi kulomhlaba kungaba yisemshadweni noma kwezothando noma ngaphandle komshado alikho izinga lokuhlukumezeka elamukelekile noma kusemndenini uma uzizwa uhlukumezekile ungathuli nakho, cinga noma bheka lapho ungasizakala khona bese ubika udaba lwakho ungathuli ngoba abahlukumezi bayakhululeka uma bengajeziswa bagcine sebekwenza ngezindlela ezeqile .

