Umculi We Hip-Hop Ofisa Ukuthola Uxhaso Ukuze Adlondlobaleodabuka

ULungelo Mayatula (26) owaziwa ngo Njngua RSA odabuka e Eastern Cape eMthatha kodwa manje uzinze eWestern Cape eHermanus town nokuyilapha azama khona isinkwa,lensizwa iqale ukucula ineminyaka eyishumi nanye vo isinamacwe cwe amaningana nje impela,Izinyembezi  zenkwaleko eyi single ,no sleep eyi EP kanye nezingoma ezintathu eziphume ngo 2020 ukubala nje kafushane.ULungelo ubenesifiso sokuthola uxhaso olungango R15.000 lokuthola izinsiza kusebenza ezizomsiza ekukhiqizeni umculo oseqopheleni eliphezulu kakhulu.

Uyatholakala ezinkundleni zokuxhumana unguLungulo Mayatula Njingua ku facebook naku instragram inombolo ka whatsapp ithi 081 032 59 24 I email address yakhe ithi @mayatulalungelo741@gmail.com

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *