Intokazi Enhle Ephila Nohlobo lokukhubazeka Lwe Paraplegic

Saneliswe Radebe (38) ohlala eSouth Beach ophila nokukhubazekai Paraplegic . “ Inyanga yabantu abaphila nokukhubazeka  kimi iyafana nazozonke izinyanga . Singathanda ukuthola uxhaso nokunakekelwa .Asidingi  ukudatshukelwa ngoba ukukhubazeka akusiso isifo futhi akuthelelani “ . Sonke singabantu  kumele siyeke ukucwasa kodwa sinike uxhaso lapha oludingeka khona .

Kwamele sibe nokucijana ngolwazi ngabantu abaphila ngokukhubazeka ngokuhlukana kwakho .

uHulumeni akalekelele ekwenzeni izinqalasizinda nezindawo zibe lula ukuthi bafinyelele kuzo baphinde behlise nemigomo  yokuqasheka

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *