UNokubongwa Sikhakhane ongumkhangisi wemfashini noZime ucela ukuvotelwa kowe Miss PMB INTEGRITY

UNokubongwa Sikhakhane(20)ongumkhangisi wemfashini kanye noZime, ungowokuzalwa eGreytown endaweni uthi uqale ukuba nguzime ngonyaka ka2017 esafaunda amabanga aphansi.

UNokubongwa uthi ezinye zezinto azizuzile, ukunqoba, umncintiswano ka uMiss My Life My Future 2017 no Miss Busana High School 2019 1st Runner-up kanye no Miss Dasha South Africa 2022 2nd Runner-up.

“Okunye engibuye ngikwenze mhlampe nje phambilini ngike ngaba yisikhulumi kuMsakazo iKhwezi Fm ngifundisa abantu ngesifo sengcindezi yomqondo  phecelezi abathi yi-Mental health illnesses”. Esho.

Eqhuba uNokubongwa uthi ungenele umncintiswano weMiss PMB INTEGRITY omayelana nokusiza ukukhuthaza abantu  abasha mayelana nokubaluleka kokuba nalokhu esithi ama-Good leadership skills, having Firm boundaries  and setting standards.Kanti ufisa ukuthola ukwesekwa ngokuvotelwa ngezindlela ezimbili. Eyokuqala

ukuya ekhasini laku “Miss PMB INTEGRITY” be Like isithombe sami. Bese kuthi lena enye indlela eyokuthenga ama Voti imininingwane yonke ikhona esithombeni, bese kuthi abangafisa ukumbona  bathenge ama thikithi uR150 uzobe use Mgungundlovu mhla zingu 28 Okthoba 2023 ngo 1:30 pm.

“Umsebenzi wami uyatholakala ku Facebook ekhasini lami >Nokubongwa Pageantry Diary.Ku Facebook : Nokubongwa Sikhakhane

Instagram : Nokubongwa_Sikhakhane

Whatsapp  : 060 435 0822”. Kuphetha yena.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *