UAzande Mtshali oyi Model ucela ukuvotelwa njengoba engenele umncintiswano ka Miss   2024 KZN Charity Influence

UAzande Mtshali (13) oyiModel ohlala eLindelani kwaC.  

Ungene emkhakheni wokuModela kusukela ngonyaka ka  2022. Ngo Novemba 2022 waqokwa njenge First Princess  kwi Miss Lindelani kanye neAmbassador , okwaba impumelelo yakhe yokuqala.

Kwathi ngo-2023 waqokwa waba u Miss Golden Star no Miss Photogenic , Miss Significant  (popularity)

Miss Youth Queen Durban ,2nd Princess and Public Choice,Miss Ink Beyond The skin ( queen)

Miss National South Africa (3rd princess)

Miss  She is a King 2023( first princess and Public choice)

Miss Lindelani 2023(First & Public Choice)

Miss Born Uniqueness 2023(popularity).

Okwamanje ngingenele iPeagent ka Miss 2024 KZN Charity Influence, kanti ngingajabula kakhulu ukuthola ukwesekwa ngokuvotelwa  ku Facebook  Kanye naku Peagent  vote 

Ngifisa nabangisiza njengoba  ngingu finalist  ka Miss Charity Influence 2024 ngoba ngenze I charity ikakhulukazi kontanga bami 

Ngiyafisa  ukubasiza ikakhulukazi ngama sanitary pads  ngisho ngoba ngiyazi ukuthi kwemanye amakhaya  abazali bayahluleka ukubasiza ngawo

ngiyathola ku Facebook  kamama (makawele Hlabangane)ku Whatsapp number:  0624369077

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *